Asakhane Mr cat NUL

Asakhane Mr cat NUL Izindaba zasejele neziboshwa zangempela

25/07/2022

Bafethu musani ukudlala otshotshi bethi baxoxa ngejele kanti baphusha inhloso zabo Uma ufuna ukwazi ngejele thola abantu bakhona ayi uhamba ujoyina ama page otshotshi bedicilela phansi isithunzi somuntu oboshiwe kuningi engikulandelile ku lels page so kudlaliwe ngabantu masakha abantu asibakhe ngeqiniso nangokuthembeka ungazakheli udumo ngokucekela phansi isithunzi somuntu ubungebengi impela asibufuni but musani ukuletha imibiko ngabantu nibe ningekho show ngakho kunemindeni nezithandwa nabashadikazi abafuna ulwazi oluyiqiniso ngegazi labo elisemajele ksnjalo nababophike bayafisa ukwazi so Nina. Mani qhamuka namanga nibulala izwe nandisa nezingane ezingayaliwe ezinganakho ukuqonda ngempilo so phaphamani sizwe sakithi ulwazi olungamanga uphoyizeni loyo oyowufunza ingane zakho . So akengime la okwamanje sizobuya nezangempela indaba N**i iqiniso nokuthi isiboshwa ziphila kanjani nokuthi Uma usondrlene nazo ziphathe kanjani Noma siphuma siphila kanjani ngoba into obuyenza ejele uba iyona futhi nangaphandle xihlukeneke iziboshwa nangokucsbanga nokuhlela ikusasa so nikwazi ukuthi azifani futhi aziphili impilo eyondwa zonke ngaphakathi nangaphandle .koret☑️✔️ moja ukabuteni wegebengu ngolayini shap

Address

Durban

Telephone

+27660837112

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Asakhane Mr cat NUL posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share